Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Febhuwari k. 2
  • February 6-12

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • February 6-12
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Febhuwari k. 2

February 6-12

ISAYA 47-51

  • INgoma 120 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukulalela UJehova Kuletha Izibusiso”: (10 imiz.)

    • Isaya 48:17—Ukukhonza kweqiniso kusekelwe ekulaleleni imiyalo kaNkulunkulu (ip-2 131 ¶18)

    • Isaya 48:18—UJehova uyasithanda futhi ufuna sikujabulele ukuphila (ip-2 132 ¶19)

    • Isaya 48:19—Ukulalela kuletha izibusiso zaphakade (ip-2 132 ¶20-21)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 49:6—Kungayiphi indlela uMesiya ‘engukukhanya kwezizwe,’ nakuba inkonzo yakhe yasemhlabeni yayigxile kuma-Israyeli kuphela? (w07 1/15 9 ¶8)

    • Isaya 50:1—Kungani uJehova abuza ama-Israyeli: “Iphi incwadi kanyoko yesehlukaniso, engimmukisile?” (it-1 643 ¶4-5)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 51:12-23

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Ngo-February, abamemezeli bangahambisa incwajana ethi Ingabe Izinto Eziphilayo Zadalwa? noma ethi The Origin of Life—Five Questions Worth Asking, kuye ngokuthi umninikhaya usabela kanjani. (Bheka ibhokisi elithi “The Origin of Life—Five Questions Worth Asking.”)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 89

  • Izidingo Zebandla: (7 imiz.) Noma ningase nikhethe ukuxoxa ngezifundo ezitholakala kuyi-Ncwadi Yonyaka. (yb16 144-145)

  • Yiba Umngane KaJehova—Lalela UJehova: (8 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Lalela UJehova. Yibani senixoxa ngemibuzo elandelayo: Yisiphi isizathu esibaluleke kakhulu sokuba silalele uJehova? (IzA 27:11) Yiziphi ezinye zezindlela izingane okumelwe zimlalele ngazo uJehova? Yiziphi ezinye zezindlela abantu abadala okumelwe bamlalele ngazo uJehova?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 8 ¶1-7 nebhokisi elithi “Izindaba Ezinhle Ngezilimi Ezevile Ku-670”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 98 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela