Septhemba 11-17
HEZEKELI 46-48
INgoma 134 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Izibusiso Eziyojabulelwa U-Israyeli Obuyiselwe Ezweni Lakhe”: (10 imiz.)
Hez 47:1, 7-12—Izwe ababeyobuyiselwa kulo laliyothela (w99 3/1 10 ¶11-12)
Hez 47:13, 14—Umndeni ngamunye wawuyothola indawo eyifa lawo (w99 3/1 10 ¶10)
Hez 48:9, 10—Ngaphambi kokuba izwe lihlukaniselwe abantu, indawo ekhethekile yezwe ‘yayiyonikelwa’ kuJehova ‘njengomnikelo’
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hez 47:1, 8; 48:30, 32-34—Kungani amaJuda adingisiwe angazange alindele yonke imininingwane yombono wethempeli kaHezekeli ukuba igcwaliseke ngokoqobo? (w99 3/1 11 ¶14)
Hez 47:6—Kungani uHezekeli ebizwa ngokuthi ‘indodana yomuntu’? (it-2-E 1001)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 48:13-22
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozoa se-wp17.5—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) wp17.5—Kushiywe umagazini ngokudlule. Bonisa indlela yokwenza impindelo, bese wethula enye yezincwadi esiqhuba ngazo isifundo seBhayibheli.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 34 ¶17—Memela umuntu emhlanganweni webandla.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (8 imiz.) Noma ningase nikhethe ukuxoxa ngezifundo ezitholakala kuyi-Ncwadi Yonyaka. (yb17 64-65)
Okufezwa Inhlangano: (7 imiz.) Dlala i-video ethi Okufezwa Inhlangano kaSepthemba.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 17 ¶19-20, ibhokisi elithi “Izikole Eziqeqesha Izikhonzi ZoMbuso” nebhokisi lokubukeza elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 11 Nomthandazo
a Elithi “isembozo” lapha lisho isihloko noma izihloko ezihambisana nendaba esemakhasini okuqala kamagazini.