Novemba 26–Disemba 2
IZENZO 6-8
INgoma 124 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ibandla Elisha LobuKristu Liyavivinywa”: (10 imiz.)
IzE 6:1—Kubonakala sengathi abafelokazi abakhuluma isiGreki babecwaswa ebandleni (bt 41 ¶17)
IzE 7:58–8:1—Ibandla lobuKristu labhekana noshushiso olukhulu
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzE 6:15—Kungamuphi umqondo ubuso bukaStefanu baba “njengobuso bengelosi”? (bt 45 ¶2)
IzE 8:26-30—Kungayiphi indlela amaKristu namuhla enelungelo lokuhlanganyela emsebenzini onjengokaFiliphu? (bt 58 ¶16)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 6:1-15
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usummemela emhlanganweni wethu.
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 33 ¶16-17
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Isipho SikaJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umdala. Qala ngokudlala ividiyo ethi ‘Isipho SikaJehova’ Funda incwadi evela egatsheni ebonga iminikelo etholakale ngonyaka wenkonzo odlule. Khulumela indlela esizuza ngayo lapho sinikela. Chaza ngezindleko zebandla zanyanga zonke. Yisho indlela esinganikela ngayo nokuthi le minikelo isetshenziswa kanjani. Lincome ibandla ngokusekela kwalo ngesandla esivulekile.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 16 ¶15-22 nebhokisia ek. 194
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 67 Nomthandazo
a Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.