Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Novemba k. 6
  • Ibandla Elisha LobuKristu Liyavivinywa

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ibandla Elisha LobuKristu Liyavivinywa
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Hamba Ngokumesaba UJehova
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
  • UStefanu—‘Ugcwele Umusa Waphezulu Namandla’
    ‘Ukunikeza Ubufakazi Obuphelele’ NgoMbuso KaNkulunkulu
  • Yini UJehova Ayicela Kithi?
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
  • UStefanu Ukhandwa Ngamatshe
    INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Novemba k. 6
UStefanu ushaywa ngamatshe futhi uSawulu ubukele ngendlela ebonisa ukuthi uyavumelana nalokho

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZENZO 6-8

Ibandla Elisha LobuKristu Liyavivinywa

6:1-7; 7:58–8:1

Babecwaswa abafelokazi abakhuluma isiGreki ababesanda kubhapathizwa, abahlala isikhathi esengeziwe eJerusalema. Ingabe ukucwaswa okunjalo kwabenza bayeka ukukhonza uNkulunkulu, noma ingabe balinda ngesineke ukuba uJehova alungise izinto?

Ingabe amaKristu ayehlisa intshiseko yawo enkonzweni ngemva kokuba uStefanu eshaywe ngamatshe nangemva kokuba ushushiso olunzima lwenze amaKristu ayeseJerusalema asakazekela kulo lonke elaseJudiya nelaseSamariya?

Ibandla elisha lobuKristu lakhuthazela futhi lachuma ngenxa yokusekelwa uJehova.—IzE 6:7; 8:4.

ZIBUZE, ‘Ngibhekana kanjani novivinyo?’

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela