Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Disemba k. 5
  • Culela UJehova Ngenjabulo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Culela UJehova Ngenjabulo
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Hubelani UJehova Izindumiso
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1994
  • Izingoma ZoMbuso Ziyakhuthaza
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
  • Izingoma Ezintsha Zokukhulekela!
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Amacebiso Okutadisha
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2023
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Disemba k. 5
Yiba Umngane KaJehova Ingoma 84: Siyazinikela

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Culela UJehova Ngenjabulo

UPawulu noSila badumisa uJehova ngezingoma ngesikhathi beboshiwe. (IzE 16:25) Akungabazeki ukuthi ukucula kwabo kwabanika amandla okukhuthazela. Kuthiwani ngathi namuhla? Izingoma zokudumisa nezingoma eziqanjiwe, zingasikhuthaza futhi zisisize sihlale sithembekile lapho sivivinywa. Ngaphezu kwalokho, zidumisa uJehova. (IHu 28:7) Siye sakhuthazwa ukuba sibambe ngekhanda amagama okungenani ezingoma ezithile. Usuke wazama yini ukukwenza lokho? Singaprakthiza izingoma futhi sifunde amagama azo phakathi nokukhulekela komkhaya.

BUKELA IVIDIYO ETHI IZINGANE ZIDUMISA UJEHOVA NGEZINGOMA BESE UPHENDULA IMIBUZO ELANDELAYO:

  • Amantombazane amabili ayacula endaweni yokuqopha

    Kungaba namuphi umphumela omuhle kithi ukucula izingoma zoMbuso?

  • Udadewethu ulungiselela iqembu lezingane eziculayo elizayo

    Umnyango we-Audio/Video ukulungiselela kanjani ukuqopha abantu abaculayo?

  • Umndeni uyacula ekukhulekeleni komkhaya

    Izingane nemindeni bakulungiselela kanjani ukuyoqopha?

  • Izingane ziyacula

    Iziphi izingoma zoMbuso ozithandayo futhi kungani?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela