YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ongase Uxoxe Ngakho
Umkhankaso Wesimemo SeSikhumbuzo (Febhuwari 27–Mashi 27)
“Silapha [noma ngikufonele noma ngikubhalela] ukuze sikumemele esanzakalweni esikhethekile esizoba nezigidi zabantu. ISikhumbuzo sokufa kukaJesu.” Mnikeze [noma mthumelele] isimemo. “Lesi simemo sibonisa isikhathi nendawo iSikhumbuzo esizoba kuyo [noma indlela ongasithola ngayo ku-inthanethi]. Sikumema nasenkulumweni ekhethekile ngesonto elandulela eleSikhumbuzo.”
Uma Ebonisa Ukuthi Uyathanda: Dlala [noma mthumelele] ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu.
Ngokuzayo: Kungani uJesu afa?
Lapho Nixoxa Okokuqala
Umbuzo: Wayengubani uJesu?
UmBhalo: Mat 16:16
Ngokuzayo: Kungani uJesu afa?
UNGAWUTHOLA LO MBHALO EBHOKISINI LAMATHULUZI OKUFUNDISA:
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye
Umbuzo: Kungani uJesu afa?
UmBhalo: Mat 20:28
Ngokuzayo: Singabonisa kanjani ukuthi siyabonga ngesihlengo sikaJesu?
UNGAWUTHOLA LO MBHALO EBHOKISINI LAMATHULUZI OKUFUNDISA: