Agasti 29–Septhemba 4
1 AMAKHOSI 8
Ingoma 41 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umthandazo KaSolomoni Osuka Enhliziyweni Awenza Obala Ngokuthobeka”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 8:27—Yini amazwi kaSolomoni ayengaqondile ukuyisho? (it-1-E 1060 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 8:31-43 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 15)
Inkulumo: (5 imiz.) km 5/10 2—Isihloko: Izikhonzi EzingamaKristu Kudingeka Zithandaze. (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ingabe Uyazama Ukubona Izimpendulo Zemithandazo Yakho?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi UJehova ‘Uyayilalela Imithandazo.’
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 18 nephuzu 1-5
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 107 Nomthandazo