Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb25 Mashi k. 7
  • Mashi 31–Ephreli 6

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Mashi 31–Ephreli 6
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2025
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2025
mwb25 Mashi k. 7

MASHI 31–EPHRELI 6

IZAGA 7

Ingoma 34 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Owesifazane oyisifebe ezikhathini zasendulo umi emnyango wendlu yakhe njengoba kudlula insizwa.

1. Gwema Izimo Ezingakufaka Esilingweni

(10 imiz.)

Osemusha ongenalo ulwazi uya ngamabomu endaweni eyaziwayo ukuthi inezifebe (IzA 7:​7-9; w00 11/15 29 ¶5)

Kuza isifebe kuye sizomyenga (IzA 7:​10, 13-21; w00 11/15 30 ¶4-6)

Uyavuna ngenxa yokuba sendaweni engamfaka esilingweni (IzA 7:​22, 23; w00 11/15 31 ¶2)

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • IzA 7:3—Kusho ukuthini ukubophela imiyalo kaNkulunkulu eminweni yethu nokuyibhala ezinhliziyweni zethu? (w00 11/15 29 ¶1)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

(4 imiz.) IzA 7:​6-20 (th isifundo 2)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Esikhathini esidlule, umninikhaya usamukele isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukulalela. (lmd isifundo 9 iphuzu 5)

5. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Engxoxweni edlule, umuntu usamukele isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukulalela. (lmd isifundo 9 iphuzu 4)

6. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. Engxoxweni edlule, umuntu usamukele isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukulalela. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 13

7. Esinye Isikhathi Esikahle (Luk 4:6)

(15 imiz.) Ingxoxo.

Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo:

  • Walingwa kanjani uJesu futhi thina singalingwa kanjani ngezindlela ezifanayo?

  • Singalwa kanjani nezilingo zikaDeveli?

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

(30 imiz.) bt isahl. 24 ¶13-21

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 70 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela