Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb25 Mashi k. 10
  • Ephreli 7-13

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ephreli 7-13
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2025
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2025
mwb25 Mashi k. 10

EPHRELI 7-13

IZAGA 8

Ingoma 89 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

UJesu ufundisa abantu esigangeni.

1. Lalela Ukuhlakanipha KukaJesu

(10 imiz.)

UJesu, obizwa ngokuthi ukuhlakanipha encwadini yezAga, wadalwa uJehova ‘waba ngukuqala kwendlela yakhe’ (IzA 8:​1, 4, 22; cf 131 ¶7)

Ukuhlakanipha nothando lukaJesu ngoBaba wakhe kwakhula phakathi neminyaka emininginingi esebenza noJehova ngesikhathi kudalwa izinto (IzA 8:​30, 31; cf 131-132 ¶8-9)

Uma simlalela uJesu, siyazuza ekuhlakanipheni kwakhe (IzA 8:​32, 35; w09 4/15 31 ¶14)

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • IzA 8:​1-3—Ukuhlakanipha kuqhubeka kanjani “kumemeza kakhulu”? (g 5/14 16)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

(4 imiz.) IzA 8:​22-36 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Phendula imibuzo yomuntu ocabangela ukuya eSikhumbuzweni kodwa ofuna ukwazi ukuthi kuzokwenziwani khona. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)

5. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Yamukela umuntu oze eSikhumbuzweni ngoba ethole isimemo ngaphansi kwesicabha bese uphendula imibuzo anayo ngemva kwesimiso. (lmd isifundo 3 iphuzu 5)

6. Chaza Izinkolelo Zakho

(5 imiz.) Inkulumo. ijwbq isihloko 160—Isihloko: Kungani UJesu Ebizwa Ngokuthi INdodana KaNkulunkulu? (th isifundo 1)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 105

7. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

(30 imiz.) bt isahl. 25 ¶1-4, ibhokisi ek. 199

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 7 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela