Ukuvinjelwa Konya Kubantwana, 1882
“INHLANGANO YOKUVINJELWA KONYA KUBANTWANA, 1882. INhlangano Yokuvinjelwa Konya Kubantwana yasungulwa eNew York ngo-1875 uHenry Bergh. Ngemva kweminyaka eyisikhombisa isunguliwe, leNhlangano, okuyinhlangano yokuqala ukuba inikeze isivikelo kubantwana abaxhashazwayo kulelodolobha, yayisingatha izinkulungwane zezikhalo minyaka yonke, isusa abantwana emakhaya angafanelekile futhi ijezisa abanecala ezinkantolo. Lomfanekiso oshukumisayo ubonisa ukungenela okufike ngesikhathi kweziphathimandla endlini eqashisayo.”—New York in the Nineteenth Century, kaJohn Grafton.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 31]
New York in the Nineteenth Century, by John Grafton, Dover Publications, Inc.