Ikhasi Lesibili
January 22, 2002
Ababaleki—Ingabe Bayoke Babe Nemizi Yabo?
Ababaleki abayizigidi emhlabeni wonke bayimihamb’ ima. Abaningi babo abakutholi ukulondeka abakufunayo. Ingabe siyoke sifike isikhathi lapho wonke umuntu eyoba nomuzi othi yena?
Iyini Ingozi Yokudlala Ngemilingo? 18
Intsha eningi iyayithakaselela imilingo. Ingabe iwukuzilibazisa nje okungenangozi, noma ingabe zikhona izingozi ezicashile?
Ungubani UMikayeli Ingelosi Eyinhloko? 30
Zimbili kuphela izingelosi eBhayibhelini ezigagulwa ngamagama azo. Funda ukuthi ingubani ingelosi okuthiwa uMikayeli.
[Isithombe esisesembozweni]
Cover: Rwandan refugees return to their country
[Umthombo]
UNHCR/R. Chalasani
[Isithombe ekhasini 2, 3]
Pages 2 and 3: Ethiopian refugees wait for emergency food and water supplies
[Umthombo]
UN PHOTO 164673/JOHN ISAAC