Uhlu Lokuphakathi
November 2006
Ukuphendula Umbuzo Onzima Kakhulu Othi—“Kungani?”
Abantu abaningi bayizisulu zezinhlekelele zemvelo, ukuhlasela kwamaphekula, noma izingozi nje ezibuhlungu. Ingabe wake wazibuza ukuthi kungani uNkulunkulu evumela izinto ezinjalo ukuba zenzeke? Funda indlela iBhayibheli eliphendula ngayo, nendlela elinikeza ngayo induduzo nethemba.
5 Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuhlupheka?
9 UNkulunkulu Uyakhathalela Ngempela!
10 “Isivivinyo Esingcwele” SamaQuaker
13 “Izikhathi Zokudla Zisenza Sisondelane”
21 Ngasindiswa Kukho Konke Ukucindezeleka
Kwami
24 Woza Uzobona UMfula Omkhulu IMekong
26 “Izitimela Ezincane” Ezikhanya Ebumnyameni
30 Ukuzijabulisa Kwezixuku Ekhulwini Lokuqala
Funda ngenye yezindawo ezishisa kakhulu emhlabeni, ubone indlela izinhlobonhlobo eziningi zezinto eziphilayo ezichuma ngayo lapho.
Ingabe Ukuthandana Kugunyaza Ubulili Ngaphambi Komshado? 28
Lapho abantu ababili abangashadile abathandanayo behlanganyela ubulili, ingabe basuke bebonisana umusa? Ingabe babonisa uthando lweqiniso? UNkulunkulu ukubheka kanjani ukuziphatha kwabo? Funda izimpendulo zeBhayibheli ezicacile.
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
COVER: Flood: © Tim A. Hetherington/ Panos Pictures
PRAKASH SINGH/AFP/Getty Images