Ubungaphendula Kanjani?
KWENZEKA KUPHI?
1. Cishe lesi senzakalo senzeka eduze namuphi umuzi?
Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.
IBhabhiloni
IShushani
I-Uri
◆ Obani amagama esiHebheru ala madoda amathathu angama-Israyeli?
․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
◆ Kungani engakhotheme njengawo wonke umuntu?
․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
◼ Eningaxoxa Ngako:Hlobo luni lwezithombe ongase uyalwe ukuba ulukhulekele?
Ungasisebenzisa kanjani isibonelo samaHebheru amathathu?
KWENZEKA NINI?
Yisho umlobi noma abalobi bezincwadi zeBhayibheli ezingezansi, bese udweba umugqa ohlanganisa incwadi nonyaka okungenzeka yaqedwa ngawo.
1000 B.C.E. 607 B.C.E. 36 C.E. 51 C.E. 61-64 C.E.
2. 1 Thimothewu
3. UmShumayeli
4. 2 Thesalonika
NGINGUBANI?
5. Umama wanginika umyalo onamandla.
NGINGUBANI?
6. Igama lami lesiGreki nguSila, futhi kungenzeka ngingumuntu ofanayo okukhulunywa ngaye emibhalweni kaPetru, uPawulu noLuka.
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 4 Luyini uthando? (Kolose 3:․․․)
Ikhasi 6 Yini abazali abathanda izingane zabo abayoyenza? (IzAga 13:․․․)
Ikhasi 11 INkosi uDavide yajabula nini? (IHubo 122:․․․)
Ikhasi 14 Uma kuziwa enhlebweni elimazayo, kufanele ube yini umgomo wethu? (1 Thesalonika 4:․․․)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 27)
Izimpendulo Zemibuzo Esekhasini 31
1. IBhabhiloni.—Daniyeli 3:1.
◆ UHananiya, uMishayeli no-Azariya.—Daniyeli 1:7.
◆ Ayekhulekela uJehova kuphela.—Daniyeli 3:16-18.
2. UPawulu, ngo-61-64 C.E.
3. USolomoni, ngaphambi kuka-1000 B.C.E.
4. UPawulu, ngo-51 C.E.
5. ULemuweli.—IzAga 31:1.
6. USilvanu.—1 Thesalonika 1:1.