Ubungaphendula Kanjani?
KWENZEKA KUPHI?
1. Senzelwa kuphi okokuqala iSidlo SeNkosi Sakusihlwa?
Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.
IJerusalema
IBetlehema
INazaretha
IJeriko
◆ Simelelani isinkwa esingenamvubelo?
◆ Limelelani iwayini elibomvu?
◼ Eningaxoxa Ngako: Kukhunjulwani ngeSidlo SeNkosi Sakusihlwa? Yini oyithandayo ngalesi senzakalo?
KWENZEKA NINI?
Yisho umlobi noma abalobi bezincwadi zeBhayibheli ezingezansi, bese udweba umugqa ohlanganisa incwadi nesikhathi eyaqedwa ngaso.
1077 B.C.E. 1040 B.C.E. 580 B.C.E. 55 C.E. 66 C.E.
2. 2 Samuweli
3. 2 AmaKhosi
4. 2 Korinte
NGINGUBANI?
5. Abangane bami bangilethela amanzi okuphuza, kodwa ngawachitha njengokungathi igazi.
NGINGUBANI?
6. Abanye bathi bangabami; abanye bathi bangabakaPawulu, abanye bathi bangabaka-Apholo, noma abakaKristu.
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 8 Yini okumelwe siqiniseke ngayo? (Filipi 1:____)
Ikhasi 9 Ungakuzuza kanjani ukuhlakanipha? (IzAga 13:____)
Ikhasi 20 Ubani oyoba mkhulu “embusweni wamazulu”? (Mathewu 18:____)
Ikhasi 29 Ubani ongeke alizuze ifa loMbuso? (Efesu 5:____)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 19)
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. EJerusalema.—Mathewu 21:10, 17, 18; 26:17-19.
◆ Umzimba kaJesu.—Mathewu 26:26.
◆ Igazi likaJesu.—Mathewu 26:27, 28.
2. UGadi noNathani, ngo-1040 B.C.E.
3. UJeremiya, ngo-580 B.C.E.
4. UPawulu, ngo-55 C.E.
5. UDavide.—2 Samuweli 23:15-17.
6. UKhefase, noma uPetru.—Johane 1:42; 1 Korinte 1:12.