Uhlu Lokuphakathi
November 2007
Umagazini Okhethekile
Ungalethemba Yini IBhayibheli?
IBhayibheli liyincwadi esakazwa kakhulu kunazo zonke emhlabeni. Kodwa singaqiniseka kanjani ukuthi isigijimi salo sivela kuNkulunkulu? Cabangela ubufakazi bemikhakha ehlukahlukene, kuhlanganise ezomlando nesayensi.
3 Ingabe Kufanele Ulethembe Noma Cha?
5 Izizathu Zokwethemba IBhayibheli
1. Ukunemba Kwalo Ezindabeni Zomlando
2. Ubuqotho Nokwethembeka Kwalo
4. Ukunemba Kwalo Kwezesayensi
Uma iBhayibheli lalotshwa abantu, lingabizwa kanjani ngokuthi iZwi likaNkulunkulu?
12 12 Indlela Esalithola Ngayo IBhayibheli
Funda ngendlela iBhayibheli elaba ngayo incwadi eyaziwa kunazo zonke esintwini.
15 Ingabe Imivubukulo Iyalisekela IBhayibheli?
Funda ngezinto zasendulo ezimangalisayo ezisekela umlando weBhayibheli.
19 Liphathelene Nani IBhayibheli?
IBhayibheli linesihloko. Ingabe uyasazi?
Izinganekwane eziyisihlanu eziphathelene neBhayibheli ziyadalulwa.
23 Ungasethemba Yini Iseluleko SeBhayibheli?
IBhayibheli lingathuthukisa ukuphila kwakho linezele nasenjabulweni yakho. Funda ukuthi kanjani.
Thola ukuthi kungani intsha eningi izazisa kakhulu kangaka izindinganiso zeBhayibheli.
29 Isibonakaliso Sothando LukaNkulunkulu Esihlala Njalo
Kukanjani iBhayibheli lingaphezu nje kokuba incwadi enhle?
[Imithombo Yezithombe ekhasini 2]
© The Trustees of the Chester Beatty Library, Dublin
Musée du Louvre, Paris