Ubungaphendula Kanjani?
Yini Engalungile Ngalesi Sithombe?
Phawula izinto ezintathu ezingahambisani nokulandisa kweBhayibheli kuJohane 13:2-14.
1. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
2. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
3. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
ENINGAXOXA NGAKHO:
Yiziphi izimfanelo uJesu azibonisa kulokhu kulandisa? Ungamlingisa kanjani uJesu lapho usebenzelana namalungu omkhaya?
Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
IKHASI 5 Yisiphi esinye isizathu esenza ‘inhliziyo yabathile iqine ngokugcwele ukuba benze okubi’? UmShumayeli 8:․․․
IKHASI 8 Bavikeleke kangakanani ababi? IHubo 73:․․․
IKHASI 10 UNkulunkulu uzibeka kude kangakanani izeqo zethu? IHubo 103:․․․
IKHASI 27 Yini uJesu ayenza enikeza intsha nabanye abangaphilile kahle ithemba? Mathewu 4:․․․
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
Obani Abayingxenye Yozalo LukaJesu?
Cabangela izici ezinikeza umkhondo. Funda imibhalo bese ubhala amagama anembile ezikhaleni ezinikeziwe.
4. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: ‘Ngadluliswa ukuze ngingakuboni ukufa.’
Funda eyamaHebheru 11:5.
5. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Ngaphila isikhathi eside kunabo bonke abantu okukhulunywa ngabo eBhayibhelini.
Funda uGenesise 5:27.
6. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Indodana yami yakha umkhumbi.
Funda uGenesise 5:28, 29 neyamaHebheru 11:7.
◼ Izimpendulo zisekhasini 22
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. UJesu wabageza izinyawo, hhayi izandla.
2. Akekho omunye umfundi owasiza uJesu.
3. UJesu wabuye wazesula izinyawo zabafundi.
4. U-Enoke.—Luka 3:37.
5. UMethusela.—Luka3:37.
6. ULameka.—Luka 3:36.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 31]
Third circle: Northern Territory Archives Service, Joe DAVIS, NTRS 573