Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 9/09 kk. 29-31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2009
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yini Engekho Kulesi Sithombe?
  • Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • Yini Oyaziyo Ngomahluleli UBharaki?
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2009
g 9/09 kk. 29-31

Ubungaphendula Kanjani?

Yini Engekho Kulesi Sithombe?

Funda izAga 5:1-5. Manje bheka lesi sithombe. Yiziphi izinto ezingekho kuso? Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi, bese uqedela isithombe ngokufaka imibala, udwebe nezinto ezingekho kuso.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Ucabanga ukuthi kungani u-Ananiya aqamba amanga? Yiziphi izifundo ozifundayo kule ndaba?

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 11 Kwenzekani emphefumulweni owonayo? Hezekeli 18:․․․

IKHASI 11 Yini abafileyo abayaziyo? UmShumayeli 9:․․․

IKHASI 17 Yini sonke esiyenzayo izikhathi eziningi? Jakobe 3:․․․

IKHASI 17 Yini okufanele uvume ukuba isuswe kuwe? Efesu 4:․․․

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Yini Oyaziyo Ngomahluleli UBharaki?

Funda AbaHluleli 4:1-24. Manje phendula imibuzo elandelayo.

3. ․․․․․

Wayengubani umprofethikazi owamsiza?

4. ․․․․․

Wakhulula u-Israyeli kuyiphi inkosi yaseKhanani?

5. ․․․․․

Iqiniso noma amanga? Umahluleli uBharaki waphila ngemva kukaJoshuwa.

ENINGAXOXA NGAKHO:

Iyiphi indima abesifazane ababa nayo ekunqobeni kuka-Israyeli abaseKhanani? Iyiphi indima ebalulekile abesifazane abanayo ekukhonzeni uJehova namuhla?

◼Izimpendulo zisekhasini 29

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. U-Ananiya akaphethe mali ngesandla sakhe.

2. Umphostoli uPetru akekho kulesi sithombe.

3. UDebora.—AbaHluleli 4:4-9.

4. UJabini.—AbaHluleli 4:2.

5. Iqiniso.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela