Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 2/10 kk. 15-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2010
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yini Engalungile Ngalesi Sithombe?
  • YINI OYAZIYO NGENKOSI UDAVIDE?
  • IZINGANE ZIFUNA IZITHOMBE
  • IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2010
g 2/10 kk. 15-31

Ukubukeza Komkhaya

Yini Engalungile Ngalesi Sithombe?

Funda AbaHluleli 7:15-22 bese ubheka isithombe. Yini enganembile kuso? Bhala izimpendulo emigqeni engezansi.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Kungani uGideyoni namadoda ayenawo banqoba empini? Kungani baba nesibindi esingaka? Kunini lapho kungase kudingeke ube nesibindi njengoGideyoni?

YINI OYAZIYO NGENKOSI UDAVIDE?

4. Babebangaki abafowabo bakaDavide ababebadala kunaye?

UMKHONDO: Funda 1 Samuweli 16:10, 11.

․․․․․

5. Lalingubani igama lomfowabo omdala kunabo bonke?

UMKHONDO: Funda 1 Samuweli 17:28.

․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Ucabanga ukuthi yini eyabangela umfowabo kaDavide omdala kunabo bonke ukuba amphathe kabi? Kungani kufanele ube nomusa kubafowenu nodadewenu?

IZINGANE ZIFUNA IZITHOMBE

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 4 Umshado uwuhlobo olunjani lwesibopho? Mathewu 19:․․․

IKHASI 9 “Kungubuhle” ukwenzani? IzAga 19:․․․

IKHASI 12 Injani inhliziyo? Jeremiya 17:․․․

IKHASI 22 Luyini ukholo? Hebheru 11:․․․

● Izimpendulo zisekhasini 15

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Izimpondo.

2. Izitsha zokukha amanzi.

3. Izibani.

4. Isikhombisa.

5. U-Eliyabe.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela