Yini Wena Obungayishintsha?
Yini wena ekuphazamisa ngokukhethekile emhlabeni?
INDLALA
UBUMPOFU
IZIFO
UBUGEBENGU
UKUNTULEKA KOBULUNGISA
IMPI
UKUNGCOLISWA KOMHLABA
UBANDLULULO
Yikuphi kokulandelayo wena ongathanda ukukubona?
UKUTHULA PHAKATHI KWEZIZWE
UKWELASHWA OKUNGCONO FUTHI OKUNGABIZI
UKUPHELA KOKUCWASA
UKUDLA OKUNINGI NAMANZI OKUPHUZA
IMIPHAKATHI EPHEPHILE
INDAWO EHLANZEKILE
UBULUNGISA KUBO BONKE ABANTU
Ingabe isifiso sakho somhlaba oshintshile siyoke sifezeke? Abanye bangase bathi impendulo incike kohulumeni. Ingabe abaholi bomhlaba bangawushintsha umhlaba ube ngcono? Embulani amaqiniso?