Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ssb ingoma 217
  • Ukuzuza Ubungane NoJehova

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukuzuza Ubungane NoJehova
  • Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJehova—Ingabe Ungumuntu Ojwayelene Naye Noma Ungumngane Wakho?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1992
  • Lalelani Izindaba ZoMbuso
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Ukuhlakulela Ubungane Obuhle Kakhulu Ezulwini Nasemhlabeni
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1985
  • Isizwe SikaJehova Esingcwele
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
Bheka Okunye
Hubani Izindumiso ZikaJehova
Ssb ingoma 217

INgoma 217

Ukuzuza Ubungane NoJehova

(IHubo 15:1, 2)

1. Ubani, Jehova, ongumngane wakho?

Uban’ oyohlala nawe etendeni lakho?

Yilowo oqotho, Ongenaluvalo,

Yebo omsulwa ngenhliziyo nangenkulumo.

Ubani Jehova omenza umngane?

Uban’ entabeni yakho oyohlala naye?

Lowo onkulumo yakhe imbonisa engozwelayo.

(Chorus)

2. Ubani, Jehova, oyohlala nawe,

Ongaba umngane wakho, oyokuba naye?

Ngolalela iZwi, Nasebunzimeni,

Ohamba ngobuqotho entandweni yeNkosi.

Jehova, sifisa ubungane bakho.

IZwi lakho lis’tshela lokho okufunayo.

Mas’hambe siqonde silalele, bungaphel’ ubungane.

(Chorus)

3. Jehova, sifuna ukuhlala nawe.

Ukuthula kwakho kudlula uk’qonda konke.

NgoJesu, iNkosi, Ubuy’selekithi

Ukukhulekelwa kwakh’ okukhanga iz’gidi.

Ngakhoke, Somandla, siyolondoloza

Ubungane nawe sib’gcine bungenabala.

Njengabanobunye singakuwe entabeni yakh’ enhle.

(CHORUS)

Jehova, masibe Ngabangane kuwe.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela