Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ll ingxenye 2 kk. 6-7
  • Ungubani UNkulunkulu Weqiniso?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ungubani UNkulunkulu Weqiniso?
  • Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingxenye 2
    Lalela UNkulunkulu
  • Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
  • Imimoya Ayizange Iphile Emhlabeni Yase Ifa
    Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?
  • Ungubani UNkulunkulu?
    Lingasifundisani IBhayibheli?
Bheka Okunye
Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
ll ingxenye 2 kk. 6-7

INGXENYE 2

Ungubani UNkulunkulu Weqiniso?

Esesihlalweni sakhe sobukhosi, uJehova ubuka indalo yakhe esezulwini nasemhlabeni

Kukhona uNkulunkulu weqiniso oyedwa kuphela, igama lakhe uJehova. (IHubo 83:18) UnguMoya; asikwazi ukumbona. Uyasithanda futhi ufuna nathi simthande. Ufuna sithande nabanye abantu. (Mathewu 22:35-40) UngoPhezukonke, uMdali wazo zonke izinto.

Indalo yokuqala kaNkulunkulu kwaba umuntu womoya onamandla, kamuva owaziwa ngokuthi uJesu Kristu. UJehova wadala nezingelosi.

UJehova wadala zonke izinto ezulwini nasemhlabeni . . . . IsAmbulo 4:11

UJehova uNkulunkulu wadala izinkanyezi, umhlaba nakho konke okukuwo.—Genesise 1:1.

Wenza indoda yokuqala u-Adamu ngothuli lomhlabathi.—Genesise 2:7.

  • Kungani kufanele sidumise uJehova?—Isaya 42:5.

  • Yiziphi ezinye zezimfanelo zikaNkulunkulu? —Eksodusi 34:6.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela