Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ll ingxenye 9 kk. 20-21
  • Lizofika Nini IPharadesi?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lizofika Nini IPharadesi?
  • Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IPharadesi Liseduze!
    Ungaba Umngane KaNkulunkulu
  • Ingxenye 9
    Lalela UNkulunkulu
  • Ingabe Siphila “Ezinsukwini Zokugcina”?
    Lifundisani Ngempela IBhayibheli?
  • Ngokushesha—Kuzoba Nokuphila Okungcono!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1995
Bheka Okunye
Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
ll ingxenye 9 kk. 20-21

INGXENYE 9

Lizofika Nini IPharadesi?

Izinkinga ezisemhlabeni zibonisa ukuthi uMbuso kaNkulunkulu maduze uzothatha isinyathelo. Luka 21:10, 11; 2 Thimothewu 3:1-5

Izinkinga ezivamile ezinsukwini zokugcina​—⁠ukugembula, izimpi, izifo, ukusweleka kokudla, ukungalaleli abazali, nodlame lwasekhaya

IBhayibheli labikezela izinto eziningi ezenzeka namuhla. Lathi abantu bazoba abathanda imali, abangalaleli abazali, abanolaka nabathandi benjabulo.

Kuzoba khona ukuzamazama okukhulu komhlaba, izimpi, ukusweleka kokudla nezifo ezithé chithi saka. Lezi zinto ziyenzeka manje.

Omunye woFakazi BakaJehova ushumayela izindaba ezinhle zoMbuso kwenye indoda

UJesu wabuye wathi izindaba ezinhle zoMbuso ziyoshunyayelwa emhlabeni wonke.—Mathewu 24:14.

UMbuso uzoqeda bonke ububi. 2 Petru 3:13

Ababi bayabhujiswa e-⁠Armagedoni, bese kujeziswa uSathane namademoni akhe

Maduze nje uJehova uzobhubhisa bonke ababi.

USathane namademoni bazojeziswa.

UJesu uhlezi esihlalweni sakhe ezulwini bese kuba nabantu bezinhlanga ezingafani abajabulayo

Labo abalalela uNkulunkulu bayosindela ezweni elisha lokulunga, lapho kuyobe kungasekho ukwesaba. Izwe liyobe linabantu abathembanayo nabathandanayo.

  • UJesu wathi yini ezokwenzeka esikhathini sethu?—Mathewu 24:3-14.

  • Ababi bazobhujiswa. —2 Petru 3:7.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela