Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp16 No. 5 k. 16
  • Uyini uMbuso kaNkulunkulu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Uyini uMbuso kaNkulunkulu?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Uyini uMbuso kaNkulunkulu?
  • Uyofika nini uMbuso kaNkulunkulu?
  • UMbuso KaNkulunkulu
    I-Phaphama!—2013
  • UMbuso KaNkulunkulu—Uyini?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2020
  • Ukhona Yini Uhulumeni Ohlala Njalo Ongabusa Umhlaba Wethu?—⁠Lithini IBhayibheli?
    Izihloko Ezengeziwe
  • Iqiniso NgoMbuso KaNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2020
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
wp16 No. 5 k. 16
Ukukhanya kubonakala emhlabeni, kuvela esihlalweni sobukhosi ezulwini

Lithini IBhayibheli?

Uyini uMbuso kaNkulunkulu?

ABANYE ABANTU BAKHOLELWA ukuthi ufanekisela ukubusa kukaNkulunkulu enhliziyweni yomuntu; kanti abanye bacabanga ukuthi uyimiphumela yemizamo yabantu yokuletha ukuthula nobunye emhlabeni. Wena ucabangani?

LOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“UNkulunkulu wezulu uyomisa umbuso ongeke neze uchithwe. . . . Uyochoboza uqede yonke le mibuso [yabantu].” (Daniyeli 2:44) UMbuso kaNkulunkulu unguhulumeni ongokoqobo.

OKUNYE ESIKUFUNDA EBHAYIBHELINI

  • UMbuso kaNkulunkulu ubusa usezulwini.—Mathewu 10:7; Luka 10:9.

  • UNkulunkulu usebenzisa uMbuso ukuze afeze intando yakhe ezulwini nasemhlabeni.—Mathewu 6:10.

Uyofika nini uMbuso kaNkulunkulu?

UBUNGATHINI?

  • Akekho owaziyo

  • Maduze

  • Awusoze

OKUSHIWO YIBHAYIBHELI

“Lezi zindaba ezinhle zombuso ziyoshunyayelwa emhlabeni wonke owakhiwe ngenjongo yobufakazi ezizweni zonke; khona-ke ukuphela kuyofika.” (Mathewu 24:14) Lapho izindaba ezinhle sezishunyayelwe ngokuphelele, uMbuso uyofika uqede leli zwe elibi.

OKUNYE ESIKUFUNDA EBHAYIBHELINI

  • Akukho noyedwa emhlabeni owazi ngokunembile ukuthi uzofika nini uMbuso kaNkulunkulu.—Mathewu 24:36.

  • Iziprofetho zeBhayibheli zibonisa ukuthi uMbuso uzofika maduze.—Mathewu 24:3, 7, 12.

Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe, bheka isahluko 8 sale ncwadi, enyatheliswa oFakazi BakaJehova, Lifundisani Ngempela IBhayibheli?

Iyatholakala nasengosini ethi www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela