Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp17 No. 6 k. 16
  • Lithini IBhayibheli?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lithini IBhayibheli?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2017
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Iyini i-Armagedoni?
  • Singakwazi yini ukusinda empini ye-Armagedoni?
  • IArmagedoni—Lokho Engeyikho
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1985
  • IArmagedoni—Nini?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
  • Iyini Impi Ye-Armagedoni?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • I-Armagedoni Iyisiqalo Esijabulisayo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2005
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2017
wp17 No. 6 k. 16
“Isixuku esikhulu” esivela ezizweni zonke esisinde kuyi-Armagedoni

Kunesixuku esikhulu sabantu abavela kuzo zonke izizwe abayosinda empini ye-Armagedoni

Lithini Ibhayibheli?

Iyini i-Armagedoni?

Abanye bakholelwa ukuthi . . .

iwukubhujiswa komhlaba ngezikhali zenuzi, noma ukubhujiswa komhlaba okubangelwa ukulimala kwemvelo. Wena ucabangani?

Okushiwo iBhayibheli

I-Armagedoni igama lendawo emelela ‘impi yosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke,’ azoqeda ngayo ububi.​—IsAmbulo 16:14, 16.

Yini enye esingayifunda eBhayibhelini?

  • Impi ye-Armagedoni akuyona impi yokubhubhisa umhlaba, kodwa iyimpi yokuvimbela abantu ukuba bangawubhubhisi. ​—IsAmbulo 11:18.

  • Impi ye-Armagedoni izoqeda zonke izimpi.​—IHubo 46:8, 9.

Singakwazi yini ukusinda empini ye-Armagedoni?

Ubungathini?

  • Yebo

  • Cha

  • Mhlawumbe

Okushiwo iBhayibheli

‘Kunesixuku esikhulu’ sabantu abavela kuzo zonke izizwe abayosinda “osizini olukhulu,” okuyothi ekupheleni kwalo kube nempi ye-Armagedoni.​—IsAmbulo 7:9, 14.

Yini enye esingayifunda eBhayibhelini?

  • UNkulunkulu ufuna kusinde abantu abaningi kakhulu empini ye-Armagedoni. Abantu ababi ubabhubhisa kuphela uma bengaphenduki.​—Hezekeli 18:32.

  • IBhayibheli liyachaza ukuthi singasinda kanjani empini ye-Armagedoni.​—Zefaniya 2:3.

Ukuze ufunde okwengeziwe ngale ndaba, bheka isahluko 8 sale ncwadi, Lifundisani Ngempela IBhayibheli? enyatheliswa oFakazi BakaJehova

Iyatholakala naku- www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela