Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/09 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 6/09 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda June 1

“Abantu abaningi bakholelwa ukuthi izinkolo zomhlaba ziyizindlela ezihlukene kodwa eziya kuNkulunkulu oyedwa. Uyini umbono wakho? [Lindela impendulo.] Phawula lokho iBhayibheli elikushoyo. [Funda uJoshuwa 24:15.] Lesi sihloko sinikeza izizathu ezizwakalayo zokuzihlolela ukuthi inkolo yethu isiholela kuNkulunkulu weqiniso yini.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 12.

Phaphama! June

“Sonke kunabantu esibaziyo asebafa. Ingabe ucabanga ukuthi kufanele sesabe ukuthi kungenzeka abanye babo bacasukile futhi bafuna ukusilimaza? [Lindela impendulo. Yibe usufunda UmShumayeli 9:5, 6.] Uzobona ukuthi siyaduduza ngempela lesi sihloko.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 22.

INqabayokulinda July 1

“Abantu abaningi abaneBhayibheli bakuthola kunzima ukuliqonda. Ingabe wake wazizwa ngaleyo ndlela? [Lindela impendulo.] Ngokwaleli vesi, uMlobi weBhayibheli ufuna siliqonde futhi sizuze eZwini lakhe elilotshiwe. [Funda IHubo 119:130.] Lo magazini unikeza ukusikisela okuthathu okuyosisiza ukuba siliqonde iBhayibheli.”

Phaphama! July

“Ukucindezeleka kuhlasela abaningi namuhla. Ingabe ucabanga ukuthi uNkulunkulu ngokwakhe unesithakazelo kulabo abacindezelekile ngokomzwelo? [Lindela impendulo. Yibe usufunda iHubo 34:18.] Lo magazini uchaza indlela labo abacindezelekile abangathola ngayo usizo oluvela kuNkulunkulu, ngisho nalapho bedinga nokwelashwa. Usikisela nendlela esingase sikhulume ngayo ukuze sibaduduze.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela