Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/09 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 5/09 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda May 1

Funda uMathewu 24:3, bese uthi: “Abanye banomuzwa wokuthi lo mbuzo uphathelene nokuphela komhlaba wethu. Ingabe ucabanga ukuthi umhlaba uyobhujiswa? [Lindela impendulo.] Impendulo kaJesu isinika okuthile esingabheka phambili kukho—hhayi ukuphela komhlaba, kodwa ukuphela kokuthile okuhlukile. Isihloko esisekhasini 16 sisitshela okwengeziwe ngalokhu.”

Phaphama! May

“Abanye abefundisi bafundisa ukuthi uma sithokozisa uNkulunkulu, uzosenza sichume ngokwezinto ezibonakalayo. Nokho, kungenzeka bakhona abantu abalungile obaziyo kodwa abampofu. Ingabe ucabanga ukuthi uNkulunkulu ufuna sibe yizicebi? [Lindela impendulo bese ufunda eyamaHebheru 13:5.] Lesi sihloko sichaza indlela uNkulunkulu asibusisa ngayo.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 12.

INqabayokulinda June 1

“Izincwadi ezikhuluma ngokukhulisa izingane, uthando nokwaneliseka komuntu siqu zithandwa kakhulu namuhla. Ingabe wena uye wazithola ziwusizo? [Lindela impendulo.] Abaningi abawunaki lo mthombo weseluleko esinokwethenjelwa. [Funda eyesi-2 Thimothewu 3:16.] Lo magazini uchaza ukuthi kungani singalethemba iBhayibheli futhi unikeza izibonelo ezingokoqobo zeseluleko salo esiwusizo.”

Phaphama! June

“Njengoba wazi, kuyimpikiswano enkulu ukuthi kulungile noma akulungile yini ukukhipha isisu. Ucabanga ukuthi iBhayibheli lingaba usizo yini kothile ofuna ukunquma ukuthi yini okufanele ayenze? [Lindela impendulo bese ufunda eyesi-2 Thimothewu 3:16, 17.] Lo magazini ubonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngale ndaba.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela