Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/13 k. 7
  • Basize ‘Basimamiswe Okholweni’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Basize ‘Basimamiswe Okholweni’
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Indlela Yokusiza Omfundela IBhayibheli Athuthuke Aze Abhapathizwe​—Ingxenye 2
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2020
  • Siza Obafundelayo Babe Abafundi Ababhapathiziwe
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
  • Indlela Yokusiza Omfundela IBhayibheli Athuthuke Aze Abhapathizwe​—Ingxenye 1
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2020
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 12/13 k. 7

Basize ‘Basimamiswe Okholweni’

Kuyathokozisa kakhulu ukubona indlela uJehova abusisa ngayo ukuqoqwa kwabantu, njengoba kubhapathizwa abantu abangaphezu kuka-250 000 ngonyaka. (Dut. 28:2) Lapho ummemezeli esesize umfundi ukuba abhapathizwe, angase athambekele ekuyekeni ukumfundela, agxile ekusizeni abanye. Umfundi naye angase athambekele ekuyekeni ukufunda ukuze achithe isikhathi esengeziwe enkonzweni. Nokho, kubalulekile ngabantu abafundelwayo ukuba babe nesisekelo esihle eqinisweni. Kudingeka ‘bagxile’ kuKristu futhi ‘basimamiswe okholweni.’ (Kol. 2:6, 7; 2 Thim. 3:12) Ngakho-ke, ngemva kokuba esimfundelayo esebhapathiziwe, kufanele aqhubeke nesifundo sakhe seBhayibheli aze aqede zombili izincwadi, ethi Okufundiswa IBhayibheli nethi “Othandweni LukaNkulunkulu.”—Bheka INkonzo Yethu YoMbuso ka-April 2011, ikhasi 2.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela