Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/14 k. 8
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 6/14 k. 8

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Ku-July

“Ucabanga ukuthi uNkulunkulu uzizwa kanjani ngemithandazo yethu? Ucabanga ukuthi uyayazisa noma iyamcika?” Lindela impendulo. Mbonise ikhasi elingemuva le-Nqabayokulinda ka-July 1, bese nixoxa ngalokho okushiwo ngaphansi kombuzo wokuqala kanye nombhalo okungenani owodwa kwekhonjiwe. Mhambisele omagazini, bese uhlela ukubuya nizoxoxa ngombuzo olandelayo.

INqabayokulinda July 1

“Njengoba uNkulunkulu engumninimandla onke, ucabanga ukuthi kufanele abekwe icala ngazo zonke izinto ezimbi ezenzeka emhlabeni? [Lindela impendulo. Funda uJakobe 1:13.] Lo magazini uchaza ukuthi kungani kwenzeka izinto ezimbi nokuthi yini uNkulunkulu azoyenza ukuze aqede ububi nokuhlupheka.”

Phaphama! July

“Cishe wonke umuntu uyabhekana nohlobo oluthile lwenhlekelele, njengenhlekelele yemvelo, isifo esisongela ukuphila noma ukufelwa othandekayo. Lapho lezi zinto zenzeka, ucabanga ukuthi kubalulekile yini ukulondoloza isimo sengqondo esiqondile? [Lindela impendulo.] Abantu abaningi baye bathola iBhayibheli liwusizo ekubhekaneni nezinhlekelele. [Funda eyabaseRoma 15:4.] Lo magazini uchaza indlela iBhayibheli elingasisiza ngayo lapho sibhekana nenhlekelele.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela