AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 110-118
“Ngizombuyisela Ngani UJehova?”
Umhubi wamazisa ngokujulile uJehova ngenxa yokuthi wayemsindisile ‘ezindophini zokufa.’ (IHu 116:3) Wayezimisele ukubonisa ukwazisa kuJehova ngokuthi agcine futhi agcwalise zonke izifungo ayezenze kuYe.
Kungani ngimbonga uJehova kuleli sonto?
Ngingakubonisa kanjani ukuthi ngiyambonga uJehova?