Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Disemba k. 5
  • “Nangu Mina! Thuma Mina”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Nangu Mina! Thuma Mina”
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Bazidela Ngenxa KaJehova
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Ingabe Uyozidela Ngenxa YoMbuso?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
  • Thuthela Endaweni Enesidingo Esikhulu Sabamemezeli
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
  • Ungakhonza Yini Lapho Kunendingeko Enkulu Khona?
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Disemba k. 5

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

“Nangu Mina! Thuma Mina.”

Umndeni wakwaWilliams wenza amalungiselelo, bese uthuthela kwelinye izwe

Umoya ka-Isaya ovumayo ufanelwe ukulingiswa. Wabonisa ukholo futhi wasabela ngokushesha ukuya lapho kwakunesidingo khona, nakuba kwakukuncane ayekwazi. (Isaya 6:8) Ungazihlela yini izimo zakho ukuze ukwazi ukuyokhonza lapho isidingo sisikhulu khona sabamemezeli boMbuso? (IHu 110:3) Yiqiniso, kubalulekile ‘ukubala izindleko’ lapho sihlela ukwenza kanjalo. (Luka 14:27, 28) Nokho, zimisele ukuzidela ngenxa yomsebenzi wokushumayela. (Math 8:20; Mar 10:28-30) Njengoba kuboniswe kuyi-video ethi Ukuyokhonza Lapho Indingeko Inkulu Khona, izibusiso esizithola enkonzweni kaJehova zikudlula kude noma yikuphi ukuzidela esikwenzayo.

NGEMVA KOKUBUKELA I-VIDEO, PHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Yiziphi izinto amalungu omndeni wakwaWilliams azidela ukuze ayokhonza e-Ecuador?

  • Yiziphi izinto ababecabanga ngazo ngesikhathi bekhetha indawo ababezokhonza kuyo?

  • Yiziphi izibusiso abazithola?

  • Ungakuthola kuphi ukwaziswa okwengeziwe mayelana nokukhonza lapho isidingo sisikhulu khona?

PHAKATHI NOKUKHULEKELA KOMKHAYA OKULANDELAYO, XOXANI NGALE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Singayandisa kanjani inkonzo yethu njengomndeni? (km 8/11 4-6)

  • Uma singeke sikwazi ukuya kokhonza lapho isidingo sisikhulu khona, yiziphi izindlela esingasiza ngazo ebandleni langakithi? (w16.03 3-5)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela