Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Febhuwari k. 8
  • Qikelela Ukuba Ungakhubeki Futhi Ungabakhubi Nabanye

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Qikelela Ukuba Ungakhubeki Futhi Ungabakhubi Nabanye
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • “Akunasikhubekiso” Kulabo Abathanda UJehova
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
  • ‘Gxila’—Ungakhubeki
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
  • Uzokhubeka Yini Ngenxa KaJesu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
  • Akukho Lutho Olungakhuba Abalungile
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Febhuwari k. 8

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 18-19

Qikelela Ukuba Ungakhubeki Futhi Ungabakhubi Nabanye

UJesu wasebenzisa imifanekiso ukuze abonise ukuthi ukukhubeka nokukhubekisa abanye kungaba nemiphumela emibi kangakanani.

18:6, 7

  • “Isikhubekiso” sisho isenzo noma izimo ezenza umuntu alandele inkambo engafanele, akhubeke, aziphathe kabi noma one

  • Kungaba ngcono ukuba umuntu okhubekisa abanye agaxwe itshe lokugaya entanyeni yakhe aphonswe olwandle

Itshe lokugaya liphendulwa imbongolo; itshe lokugaya ligaxwe entanyeni yendoda yaphonswa olwandle

Itshe lokugaya

18:8, 9

  • UJesu weluleka abalandeli bakhe ukuba bakhiphe ngisho nento ebaluleke njengesandla noma iso uma kubakhubekisa

  • Kungangcono ukuyidela leyonto ebalulekile bese ungena eMbusweni kaNkulunkulu kunokuqhubeka unayo kodwa ugcine uphonswe eGehena, okufanekisela ukubhujiswa ngokuphelele

Ekuphileni kwami, yini engaba isikhubekiso, futhi yini engingayenza ukuze ngingakhubeki noma ngikhubekise abanye?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela