AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GALATHIYA 1-3
“Ngamelana Naye Ubuso Nobuso”
Le ndaba isifundisa kanjani lezi zifundo ezilandelayo?
Ukuthi kufanele sibe nesibindi.—w18.03 31-32 ¶16
Ukuthi ukwesaba abantu kubeka ugibe.—it-2-E 587 ¶4
Ukuthi abantu bakaJehova bayawenza amaphutha, ngisho nalabo abaholayo.—w10 6/15 17-18 ¶12
Ukuthi kumelwe sizame ukususa noma imiphi imizwa yobandlululo okungenzeka sisenayo.—w18.08 9 ¶5