AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova Uyacabangela
USamuweli wayecabanga ukuthi ngu-Eli owayembiza (1Sa 3:4-7; w18.09 24 ¶3)
UJehova wakwenza kwacaca ukuthi nguYe owayebiza uSamuweli (1Sa 3:8, 9)
UJehova wamcabangela ngomusa uSamuweli osemncane (1Sa 3:15-18; w18.09 24 ¶4)
ZIBUZE: ‘Ngingabonisa kanjani ukuthi ngiyabacabangela abancane nabadala? Ngingabonisa kanjani ukuthi ngiyabacabangela abanye emihlanganweni yobuKristu?’