AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | 1 THIMOTHEWU 1-3
Zama Ukufinyelela Umsebenzi Omuhle
Kuhle ngabazalwane ukuqala besebancane ukuzama ukwenza okwengeziwe ebandleni. Lokhu kubenza baqeqeshwe futhi babonise ukuthi bayafaneleka ukumiswa ukuba babe izinceku ezikhonzayo lapho sebekhulile. (1Thim 3:10) Umzalwane angazama kanjani ukufinyelela amalungelo? Ngokuzama ukuba nalezi zimfanelo ezilandelayo nokuzibonisa:
Ukuzidela.—km 7/13 2-3 ¶2
Ukuba ongokomoya.—km 7/13 3 ¶3
Ukwethenjelwa nokwethembeka.—km 7/13 3 ¶4