Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Septhemba k. 7
  • “Qhubekani Nicabanga Ngalezi Zinto”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Qhubekani Nicabanga Ngalezi Zinto”
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Filipi 4:8—“Noma Yiziphi Izinto Eziyiqiniso, . . . Qhubekani Nicabanga Ngalezi Zinto”
    Amavesi EBhayibheli Ayachazwa
  • Ubuqotho Nalokho Esikucabangayo
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Ukuzindla Kwenhliziyo Yami
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • Singabunezela Kanjani Ubuhle Okholweni Lwethu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1993
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Septhemba k. 7
Umfowethu usebenzisa ikhompyutha yakhe ebusuku, futhi kunesithombe sengonyama ebhongayo eduze kwakhe esifanekisela uSathane

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

“Qhubekani Nicabanga Ngalezi Zinto”

Ziphi izinto? EyabaseFilipi 4:8 ithi sicabange ngezinto eziyiqiniso, ezibaluleke ngempela, ezilungileyo, ezihlanzekile, ezithandekayo, okukhulunywa kahle ngazo, ezinhle nezinto ezifanele ukudunyiswa. Lokhu akusho ukuthi umKristu kufanele acabange ngeBhayibheli ngaso sonke isikhathi. Noma kunjalo, izinto esizicabangayo kufanele zimjabulise uJehova. Akufanele sicabange ngezinto ezizokwenza kube nzima ukuthembeka kuye.—IHu 19:14.

Kungaba nzima ukugwema imicabango engcolile. Asilwi nenyama yethu enesono kuphela kodwa silwa nanoSathane, “unkulunkulu walesi simiso sezinto.” (2Ko 4:4) Ngenxa yokuthi ulawula imithombo yezindaba, izinto eziningi kuma-TV, emsakazweni, kuyi-internet nasezintweni ezibhalwe phansi zingcolile. Uma singazikhethi izinto esizifaka ezingqondweni zethu, imicabango yethu izokonakala bese senza izinto ezingalungile.—Jak 1:14, 15.

BUKELA IVIDIYO ETHI GWEMA IZINTO EZIPHAZAMISA UBUQOTHO—UKUZIJABULISA OKUNGAFANELE, BESE UPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Umfowethu ubuka izinto ezisolisayo efonini yakhe ebusuku

    Yini eyayibukwa umfowethu efonini yakhe futhi kwaba namuphi umphumela?

  • Umfowethu usula engosini yokuxhumana

    EyabaseGalathiya 6:7, 8 neHubo 119:37 kwamsiza kanjani?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela