AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Esikufundayo Endabeni YabaseGibheyoni
AbaseGibheyoni babonisa ukuhlakanipha (Jos 9:3-6; it-1-E 930-931)
Ngokungahlakaniphi, amadoda amadala akwa-Israyeli awazange acele usizo kuJehova (Jos 9:14, 15; w11 11/15 8 ¶14)
AbaseGibheyoni bawasebenzela ngokuthobeka ama-Israyeli (Jos 9:25-27; w04 10/15 18 ¶14)
AbaseGibheyoni benza imisebenzi ebukelwa phansi ukuze bathole umusa kaJehova. Singakubonisa kanjani ukuzithoba ngendlela efanayo namuhla?