UJakobe uprofetha emadodaneni akhe
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova Walihlukanisa Ngokuhlakanipha Izwe
UJehova wakhipha isiqondiso ngenkatho, mhlawumbe ukuze abele isizwe ngasinye izwe eliyifa (Jos 18:10; it-1-E 359 ¶1)
UJehova waqinisekisa ukuthi isiprofetho uJakobe asisho lapho esefa sagcwaliseka (Jos 19:1; it-1-E 1200 ¶1)
UJehova wavumela abantu ukuba banqume ukuthi ingakanani indawo eyayizotholwa isizwe ngasinye (Jos 19:9; it-1-E 359 ¶2)
Izwe lahlukaniswa ngendlela yokuthi izizwe zingaxabani noma zingadlelani umona. Lokhu kukwenza uzizwe kanjani ngendlela uJehova ayoqondisa ngayo izinto ezweni elisha?