AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Lingisa Indlela UJehova Alisebenzisa Ngayo Igunya
UJehova unegunya eliphakeme (1Kh 22:19; it-2-E 21)
UJehova uyabazisa labo abangaphansi kwegunya lakhe (1Kh 22:20-22; w21.02 4 ¶9)
UJehova wawubusisa umsebenzi owenziwa yingelosi (1Kh 22:23; it-2-E 245)
Kubaluleke kakhulu ukuba abadala kanye nezinhloko zemindeni bazame ukulingisa indlela uJehova alisebenzisa ngayo igunya. (Efe 6:4; 1Pe 3:7; 5:2, 3) Lapho bekwenza lokho, abangaphansi kwegunya labo bayojabula futhi baneliseke.