Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Julayi k. 15
  • Lingisa Uthando LukaJehova Oluqotho

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lingisa Uthando LukaJehova Oluqotho
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Uthando LukaJehova Oluqotho Lusho Ukuthini Kuwe?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
  • UJehova Uyalujabulela Uthando Oluqotho​—⁠Kuthiwani Ngawe?
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
  • Singabonisa Kanjani Ukuthi Siyamthanda UJehova?
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
  • UJehova Ukuthanda Kakhulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Julayi k. 15

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Lingisa Uthando LukaJehova Oluqotho

UJehova uyisibonelo esikhulu sothando oluqotho. (IHu 103:11) Lolu thando akulona olwesikhashana oluphela ngokushesha. Uthando oluqotho luhlanganisa ukusondelana okuhlala isikhathi eside. UJehova wabonisa abantu bakhe u-Israyeli le mfanelo ngezindlela ezihlukahlukene. Wabakhulula ebugqilini eGibhithe futhi wabaletha eZweni Lesithembiso. (IHu 105:42-44) Wabalwela abantu bakhe futhi ngokuphindaphindiwe wayebaxolela lapho bona. (IHu 107:19, 20) Njengoba ‘sicabangisisa ngezenzo zikaJehova zothando oluqotho,’ siyakhuthazeka ukuba simlingise.—IHu 107:43.

Izithombe: Izithombe ezisekelwe kuvidiyo “Cabangisisa Ngezenzo ZikaJehova Zothando Oluqotho.” 1. Umzalwane uCapra nomunye umzalwane bavakashele udade emzini wakhe. 2. Umzalwane uCapra, manje usejele kanye nabanye abazalwalwane, upha omunye umzalwane ogulayo ukudla njengoba elele embhedeni.

BUKELANI IVIDIYO ETHI “CABANGISISA NGEZENZO ZIKAJEHOVA ZOTHANDO OLUQOTHO” BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Ungalubonisa ngaziphi izindlela uthando oluqotho?

  • Kungani ukubonisa uthando oluqotho kudinga ukuzidela?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela