Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp23 No. 1 k. 5
  • UNkulunkulu Uyakuthanda

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UNkulunkulu Uyakuthanda
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Usizo Oluvela ‘KuNkulunkulu Wenduduzo’
    I-Phaphama!—2009
  • Angisafuni Ukuphila—Ingabe IBhayibheli Lingangisiza Lapho Ngifuna Ukuzibulala?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • IBhayibheli Linawo Yini Amazwi Enduduzo?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • UJehova Uzoziqeda Zonke Izifo Zokuphazamiseka Kwengqondo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2023
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2023
wp23 No. 1 k. 5
Insizwa ihleli phansi ngasembhedeni, ifunda iBhayibheli.

UNkulunkulu Uyakuthanda

IBhayibheli linezeluleko eziningi ezingasisiza ngoba liyiZwi likaNkulunkulu. Aliyona incwadi yezokwelapha kodwa lingasinika amacebiso okubhekana nezimo ezicindezelayo, indlela yokucabanga eshintshashintshayo, imizwa ebuhlungu nezinkinga ezingokwenyama nezingokwengqondo.

Okubaluleke nakakhulu, ukuthi iBhayibheli lisiqinisekisa ngokuthi uMdali wethu, uJehovaa uNkulunkulu, uyayiqonda imizwa yethu nesikucabangayo ukwedlula noma yimuphi omunye umuntu. Uhlale ekulungele ukusisiza kunoma yiziphi izinkinga esinazo. Ake ucabange ngale miBhalo emibili eduduzayo:

“UJehova useduze nalabo abaphukile enhliziyweni; uyabasindisa abadangele.”—IHUBO 34:18.

“Mina, Jehova uNkulunkulu wakho, ngibambe isandla sakho sokudla, mina engithi kuwe, ‘Ungesabi. Ngizokusiza.’” —ISAYA 41:13.

UJehova usisiza kanjani silwisane nezinkinga zokuphazamiseka kwengqondo? Ezihlokweni ezilandelayo, uzobona ukuthi uJehova usisiza ngezindlela eziningi, ebonisa ukuthi uyasithanda.

a UJehova igama likaNkulunkulu.—IHubo 83:18.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela