Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w14 3/1 k. 6
  • Isenzakalo Okungafanele Sikuphuthele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isenzakalo Okungafanele Sikuphuthele
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2014
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kukhunjulwa Ukufa KukaJesu—Nini Futhi Kuphi?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
  • ISidlo SeNkosi Sisho Lukhulu Kuwe
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2003
  • ISikhumbuzo (ISidlo SeNkosi Sakusihlwa)
    Ukubonisana NgemiBhalo
  • Kufanele Sikukhumbule Kanjani Ukufa KukaJesu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2012
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2014
w14 3/1 k. 6
UJesu ukumemela eSikhumbuzweni

ISIHLOKO ESIYINHLOKO | LOKHO UNKULUNKULU AKWENZELE KONA

Isenzakalo Okungafanele Sikuphuthele

Ngobusuku bangaphambi kokuba anikele ngokuphila kwakhe, uJesu wayala abalandeli bakhe abathembekile ukuba bakhumbule ukufa kwakhe. Esebenzisa isinkwa esingenamvubelo newayini elibomvu, wamisa lokho okuye kwabizwa ngokuthi iSidlo SeNkosi Sakusihlwa futhi wathi: “Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula.”​—Luka 22:19.

Unyaka ngamunye oFakazi BakaJehova emhlabeni wonke bayabuthana ukuze bakhumbule ukufa kukaJesu ngosuku afa ngalo. Ngo-2014 iSikhumbuzo sizoba ngoMsombuluko, April 14, ngemva kokushona kwelanga.

Umenywa ngokufudumele ukuba ube khona kulo mhlangano, ukuze ulalele inkulumo eyobe ichaza ukubaluleka kokufa kukaJesu okuwumhlatshelo. Kungenwa mahhala. Akuthathwa nkongozelo. Umuntu okunike lo magazini angakutshela isikhathi nendawo iSikhumbuzo esiyoba kuyo endaweni yakini, noma ungabheka ingosi yethu ethi jw.org/zu. Sicela ubhale phansi usuku lwalesi Sikhumbuzo futhi sinethemba lokuthi ngeke sikuphuthele.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela