Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 144
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

AmaHubo Okuphakathi

      • Umthandazo wokucela ukunqoba

        • “Uyini umuntu?” (3)

        • ‘Kwangathi izitha zingahlakazeka’ (6)

        • Bayajabula abantu bakaJehova (15)

IHubo 144:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 32:4
  • +2Sa 22:35; IHu 18:2, 34

IHubo 144:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ephakeme.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 22:2, 3
  • +IHu 18:47

IHubo 144:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 8:4; Heb 2:6

IHubo 144:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 39:5
  • +1 IziKr. 29:15; Job 14:1, 2

IHubo 144:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “goba.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 18:9
  • +Eks 19:18

IHubo 144:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Job 36:32
  • +2Sa 22:15

IHubo 144:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Ekuxhakathisweni ezinye.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 22:17, 18; IHu 18:16, 17; 54:3

IHubo 144:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Nabasandla sabo sokudla siyisandla sokudla samanga.”

IHubo 144:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Ngizohlabelela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 33:3; 40:3; 96:1; Isay 42:10; IsA 5:9; 14:3

IHubo 144:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “onika amakhosi insindiso.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 5:19; IHu 18:50
  • +1Sa 17:45, 46; 2Sa 21:15, 17

IHubo 144:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Ukuzala kwesilwane kungakabi yisikhathi, inkonyane life.

IHubo 144:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 33:12; 37:9, 37; 146:5

Okunye

IHu. 144:1Dut 32:4
IHu. 144:12Sa 22:35; IHu 18:2, 34
IHu. 144:22Sa 22:2, 3
IHu. 144:2IHu 18:47
IHu. 144:3IHu 8:4; Heb 2:6
IHu. 144:4IHu 39:5
IHu. 144:41 IziKr. 29:15; Job 14:1, 2
IHu. 144:5IHu 18:9
IHu. 144:5Eks 19:18
IHu. 144:6Job 36:32
IHu. 144:62Sa 22:15
IHu. 144:72Sa 22:17, 18; IHu 18:16, 17; 54:3
IHu. 144:9IHu 33:3; 40:3; 96:1; Isay 42:10; IsA 5:9; 14:3
IHu. 144:102Sa 5:19; IHu 18:50
IHu. 144:101Sa 17:45, 46; 2Sa 21:15, 17
IHu. 144:15IHu 33:12; 37:9, 37; 146:5
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IHubo 144:1-15

AmaHubo

ElikaDavide.

144 Makadunyiswe uJehova iDwala + lami,

Ongiqeqeshela impi,

Angifundise ukulwa. +

 2 Ungibonisa uthando oluqotho futhi uyisiphephelo sami,

Indawo yami yokuphephela* elondekile nomkhululi wami,

Ihawu lami naLowo engiphephele kuye, +

Othobisa izizwe ngaphansi kwami. +

 3 O Jehova, uyini umuntu ukuba umqaphele,

Indodana yomuntu ofayo ukuba uyinake? +

 4 Umuntu ufana nomoya nje okhishwa ngamakhala; +

Izinsuku zakhe zinjengethunzi elidlulayo. +

 5 O Jehova, thobisa* amazulu akho wehle; +

Thinta izintaba ukuze zishunqe intuthu. +

 6 Khanyisa ngombani uhlakaze izitha; +

Cibishela imicibisholo yakho uziphithizelise. +

 7 Yelula izandla zakho usendaweni ephakeme;

Ngikhulule ungisindise ezikhukhuleni,

Esandleni sabezinye* izizwe, +

 8 Abakhuluma amanga ngemilomo yabo

Nabaphakamisa isandla sabo sokudla ukuze bafunge amanga.*

 9 O Nkulunkulu, ngizokuculela ingoma entsha. +

Ngizokuhubela,* ngikudlalele insimbi yomculo enezintambo eziyishumi,

10 Wena osiza amakhosi ukuba anqobe, *+

Okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni ebulalayo. +

11 Ngikhulule ungisindise esandleni sabezinye izizwe,

Abakhuluma amanga ngemilomo yabo

Nabaphakamisa isandla sabo sokudla ukuze bafunge amanga.

12 Khona-ke amadodana ethu azoba njengezithombo zezitshalo ezikhula ngokushesha,

Amadodakazi ethu abe njengezinsika ezihlobise emakhoneni asesigodlweni.

13 Izinqolobane zethu ziyogcwala imikhiqizo enhlobonhlobo;

Imihlambi yethu iyokwanda ngokuphindwe ngezinkulungwane, ngamashumi ezinkulungwane.

14 Izinkomo zethu ezimithi ngeke zehlelwe yingozi noma ziphunze;*

Ngeke kukhalwe ngenxa yokucindezeleka ezigcawini zethu.

15 Bayajabula abantu okubahambela ngale ndlela!

Bayajabula abantu abanoNkulunkulu onguJehova! +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela