Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 78:38
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 38 Kodwa wayenesihe; +

      Wayebathethelela* izono zabo angababhubhisi. +

      Kaningi wayeyibamba intukuthelo yakhe, +

      Kunokuba avuse lonke ulaka lwakhe.

  • Isaya 49:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Owesifazane angamkhohlwa yini umntanakhe osancela

      Noma angayizweli indodana yesibeletho sakhe?

      Ngisho noma laba besifazane bangakhohlwa, mina ngeke ngikukhohlwe. +

  • Malaki 3:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 “Bayoba ngabami,” + kusho uJehova wamabutho, “mhla ngiveza impahla ekhethekile. *+ Ngiyobabonisa isihe, njengoba umuntu ebonisa indodana yakhe emkhonzayo isihe. +

  • Jakobe 5:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Umthandazo wokholo uyokwenza ogulayo* alulame, uJehova* amphilise. Futhi, uma enze izono, uyothethelelwa.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela