Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 80:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 80 O Malusi ka-Israyeli, lalela,

      Wena ohola uJosefa njengomhlambi. +

      Wena ohlezi esihlalweni sobukhosi ngaphezu* kwamakherubi, +

      Khanya.*

  • Jeremiya 23:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 “Ngiyobe sengiqoqela ndawonye izimvu zami ezisele engizihlakazele kuwo wonke amazwe, + ngizozibuyisela edlelweni lazo, + ziyozala zande. +

  • Hezekeli 34:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Izimvu zami ngizozinakekela njengomalusi othole izimvu zakhe ebezihlakazekile futhi ozondlayo. + Ngizozisindisa kuzo zonke izindawo ebezihlakazekele kuzo ngosuku lwamafu nobumnyama. +

  • 1 Petru 2:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Ngoba naninjengezimvu ezidukayo, + kodwa manje senibuyele kumalusi + nombonisi wemiphefumulo yenu.*

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela