Ikhasi Lesibili
Ungayisebenzisa Kanjani Imali Yakho? 3-12
Cishe abantu abathathu kwabane abanamakhadi okuthenga ngesikweleti e-United States banezikweleti ezinenzalo ephakeme abazikhokha ngamanco-zuncozu. Iphakeme kangakanani lenzalo? Ungasigwema kanjani isikweleti?
Isibhicongo SasePort Arthur—Kungani Senzeka? 16
Umdubuli othile wabulala abantu abaningi ngokuphazima kweso kunalabo ababeye babulawa eminyakeni emine ngaphambi kwalowo kulo lonke elaseTasmania. Yini ebangela ubudlova obunjalo?
Saqiniswa Ukuze Sibhekane Nokuvivinywa Okungaphambili 19
Funda indaba evusa amadlingozi ka-Edward Michalec, owachitha iminyaka engaphezu kwengu-50 eyisithunywa sevangeli eBolivia