Uhlu Lokuphakathi
April 15, 2015
© 2015 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
UMAGAZINI OFUNDWAYO
JUNE 1-7, 2015
Badala, Nizizwa Kanjani Ngokuqeqesha Abanye?
IKHASI 3 • IZINGOMA: 123, 121
JUNE 8-14, 2015
Indlela Abadala Abaqeqesha Ngayo Abanye Ukuze Bafaneleke
IKHASI 9 • IZINGOMA: 45, 70
JUNE 15-21, 2015
Buqine Kangakanani Ubuhlobo Bakho NoJehova?
IKHASI 15 • IZINGOMA: 91, 11
JUNE 22-28, 2015
Thembela KuJehova Ngaso Sonke Isikhathi!
IKHASI 21 • IZINGOMA: 106, 49
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Badala, Nizizwa Kanjani Ngokuqeqesha Abanye?
▪ Indlela Abadala Abaqeqesha Ngayo Abanye Ukuze Bafaneleke
Kubaluleke kangakanani ukuba abadala baqeqeshe abazalwane abanokuhlangenwe nakho okuncane? Iziphi izindlela zokuqeqesha eziphumelelayo? Abadala nalabo ababaqeqeshayo bangafundani kubaprofethi uSamuweli, u-Eliya no-Elisha? Kuzoxoxwa ngezimpendulo zale mibuzo kulezi zihloko ezimbili.
▪ Buqine Kangakanani Ubuhlobo Bakho NoJehova?
▪ Thembela KuJehova Ngaso Sonke Isikhathi!
Lapho sinobuhlobo obuqinile noJehova, siyokwazi ukukhuthazelela izimo ezivivinyayo. Lezi zihloko ezimbili ziyosibonisa ukuthi singabuqinisa kanjani ubuhlobo bethu noJehova ngokukhulumisana naye nangokuthembela kuye ngaso sonke isikhathi.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
ISEMBOZO: Umdala uqeqesha inceku ekhonzayo ukuba yenze umsebenzi wokufakaza emadolobheni amakhulu eMgwaqweni iHaiphong, eKowloon
EHONG KONG
INANI LABANTU
7 234 800
ABAMEMEZELI
5 747
IZIFUNDO ZEBHAYIBHELI
6 382
180 000+
Isibalo sezinqola zokukhangisa izincwadi, amatafula nezinye izinhlobo zezitendi ezitholakale ngehhovisi legatsha laseHong Kong zase zithunyelwa kwamanye amazwe