ISimiso Sesonto Lika-January 25
ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 25
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: AbaHluleli 5-7
No. 1: AbaHluleli 7:1-11
No. 2: Singasibona Kanjani ‘Isifebe Esikhulu’ Esichazwe KusAmbulo 17:1?
No. 3: Ingabe Ukhona Oke Aphume Esihogweni SeBhayibheli? (rs k.136 ¶4-k.137 ¶2)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Isipho Sika-February. Bukeza kafushane izici eziwusizo zesipho senyanga. Makube nomboniso wendlela ummemezeli oshumayela ngokwethukela angahambisa ngayo isipho senyanga ukuze aqale isifundo seBhayibheli.
20 imiz: “Ingabe Uyazindela?” Ingxoxo yemibuzo nezimpendulo. Kufanele isingathwe ngumdala. Makube nomboniso wommemezeli ochaza ngenjongo yekhadi le-DPA abese ecela udokotela ukuba alifake efayelini yakhe. Udokotela uyathembisa ukuthi uzokwenza. Phetha ngokufunda isigaba sokugcina.