Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/11 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-January 24

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-January 24
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 24
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
km 1/11 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-January 24

ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 24

INgoma 53 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

cf isahl. 16 ¶15-20, nebhokisi ek. 171 (25 imiz)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Ezra 6-10 (10 imiz)

No. 1: Ezra 7:1-17 (4 imiz noma ngaphansi)

No. 2: Indlela UJesu Abonisa Ngayo Ukuthi Uyakufanelekela Ukubusa NjengeNkosi (5 imiz)

No. 3: Ingabe UJesu Kristu Eqinisweni UnguNkulunkulu?—rs k. 251 ¶2-3 (5 imiz)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 30

5 imiz: Izaziso. Yisho isipho sika-February, bese kuba nomboniso owodwa wokusihambisa.

20 imiz: “Usizo Lwemikhaya.”—Ingxenye 1. (Isigaba 1-6 nebhokisi elisekhasini 6.) Imibuzo nezimpendulo. Khuthaza izilaleli ukuba zizame ukusikisela okusebhokisini elisekhasini 6 phakathi nobusuku bokuKhulekela Komkhaya. Ngesonto elilandelayo, lapho sebesifunde sonke isihloko, bayoba nethuba lokuveza imibono yabo ngendlela umkhaya ozuze ngayo.

10 imiz: Lungiselela Ukuhambisa Omagazini Ngo-February. Ingxoxo. Sebenzisa umzuzu owodwa noma emibili ubukeza okuqukethwe omagazini. Yibe usukhetha izihloko ezimbili noma ezintathu, bese ucela izilaleli ukuba zisikisele imibuzo nemibhalo engase isetshenziswe esethulweni. Makube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.

INgoma 32 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela