ISimiso Sesonto Lika-February 6
ISONTO ELIQALA NGO-FEBRUARY 6
INgoma 101 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 16 ¶8-12, nebhokisi ek. 132 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Isaya 47-51 (10 imiz.)
No. 1: Isaya 51:1-11 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Umshado Wokuqala Wawunamiphi Imicikilisho?—rs k. 385 ¶4–k. 386 ¶1 (5 imiz.)
No. 3: UNkulunkulu Onothando Angababhubhiselani Abantu?—2 Thes 1:6-9 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Yini Okufanele Ngiyazi Ngezingosi Zokuxhumana Nabantu?—Ingxenye 2. Inkulumo esekelwe kuyi-Phaphama! ka-August 2011 amakhasi 10-13 neka-February 2012 amakhasi 8-9.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-February. Ingxoxo. Sebenzisa umzuzu kuya kwemibili usho izihloko ezimbalwa ezingase zikhange ensimini yenu. Ngemva kwalokho, kusetshenziswa izihloko ezisesembozweni se-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele umbuzo ongavusa isithakazelo kanye nomBhalo ongafundwa. Yenza okufanayo nangezihloko ezikuyi-Phaphama!, kanti uma isikhathi sivuma, ningadlulela nakwesinye isihloko komunye walabo magazini. Akube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.
INgoma 96 Nomthandazo