ISimiso Sesonto Lika-April 2
ISONTO ELIQALA NGO-APRIL 2
INgoma 8 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 18 ¶19-24 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Jeremiya 17-21 (10 imiz.)
No. 1: Jeremiya 21:1-10 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Indlela KaSathane Yokubusa Iye Yafakazelani? (5 imiz.)
No. 3: Yini Engasiza Ekuthuthukiseni Umshado?—rs k. 389 ¶3–k. 390 ¶2 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Izaziso. Sebenzisa intshumayelo ekuleli khasi ukuze ubonise ukuthi isifundo singaqalwa kanjani ngoMgqibelo wokuqala ku-April.
15 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Ukusikisela Kokuhambisa Umagazini Ngo-April. Ingxoxo. Sebenzisa umzuzu owodwa kuya kwemibili usho izihloko ezimbalwa ezingase zikhange ensimini yenu. Ngemva kwalokho, kusetshenziswa izihloko ezisesembozweni se-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele umbuzo ongavusa isithakazelo kanye nomBhalo ongafundwa. Yenza okufanayo nangezihloko ezikuyi-Phaphama!, kanti uma isikhathi sivuma ningaxoxa nangesinye isihloko kulabo magazini. Akube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.
INgoma 99 Nomthandazo